Umzimba Wakho Ovuswayo (1)
We're glad you like it!
Enjoying the content? You can save this to your favourites by logging in to your account.
1 KwabaseKhorinte 15:37-42 Futhi lokho okuhlwanyelayo awuhlwanyeli umzimba ozakuba khona kepha uhlamvu oluze, noma kungaba ngolukakolweni, noma kungaba ngolokunye; kepha uNkulunkulu ulunika umzimba njengokuthanda kwakhe, yileyo naleyo mbewu owayo umzimba. Inyama yonke ayinhlobonye, kepha enye ngeyabantu, enye yinyama yezilwane, enye yinyama yezinyoni, enye ngeyezinhlanzi. Ikhona nemizimba yasezulwini nemizimba yasemhlabeni; kepha inkazimulo yeyasezulwini iyodwa, neyasemhlabeni iyodwa. Iyodwa inkazimulo yelanga, iyodwa inkazimulo yenyanga, iyodwa inkazimulo yezinkanyezi; yebo, enye inkanyezi yahlukile kwenye inkanyezi ngokukhazimula. Kunjalo nokuvuka kwabafileyo. Kuhlwanyelwa kunokubola,kuvuswa kungenakubola
![](https://cwcontentserver.com/wp-content/uploads/Zulu-Images-10.jpg)
Abantu abaningi bayakujabulela ukukholwa yisethembiso sikaJesu sokuphila okuphakade ,ngokokucabanga ,kodwa ngokokuphathekayo siyalwazi uqobo olungemnandi lokufa –umzimba usebhokisini lomngcwabo.Umzimba wethu wasemhlabeni uyakhathala qede ubole .
Ngakho uma usuya kwizingcucu zemininingwane ephathekayo ,ingempela lento yokuvuka yenzeka kumbe isebenza kanjani ?Nangu uPhawuli futhi …
1 KwabaseKhorinte 15:37-42 Futhi lokho okuhlwanyelayo awuhlwanyeli umzimba ozakuba khona kepha uhlamvu oluze, noma kungaba ngolukakolweni, noma kungaba ngolokunye; kepha uNkulunkulu ulunika umzimba njengokuthanda kwakhe, yileyo naleyo mbewu owayo umzimba. Inyama yonke ayinhlobonye, kepha enye ngeyabantu, enye yinyama yezilwane, enye yinyama yezinyoni, enye ngeyezinhlanzi. Ikhona nemizimba yasezulwini nemizimba yasemhlabeni; kepha inkazimulo yeyasezulwini iyodwa, neyasemhlabeni iyodwa. Iyodwa inkazimulo yelanga, iyodwa inkazimulo yenyanga, iyodwa inkazimulo yezinkanyezi; yebo, enye inkanyezi yahlukile kwenye inkanyezi ngokukhazimula. Kunjalo nokuvuka kwabafileyo. Kuhlwanyelwa kunokubola,kuvuswa kungenakubola
Kholwa nguJesu ,nakanjani lusuku lumbe uma ukholwe nguYena uyothola umzimba omusha sha omuhle ongasayikubola .
Yilo kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje.