... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Ukuba Yinceku Evumayo

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favourites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

2 KwabaseKhorinte 3:6 Oyena futhi osenzela amandla okuba yizikhonzi zesivumelwano esisha, singesiso esegama kodwa esikaMoya; ngokuba igama liyabulala, kodwa uMoya uyaphilisa.

Listen to the radio broadcast of

Ukuba Yinceku Evumayo


Download audio file

Mhlawumbe  kwi-science yezempilo ukuzwe kukhulunywa ngama – enzymes, konje  usakhumbula ukuthi  kuthiwa enzani emzimbeni ? 

Angithi phela wona angama-protein asebenza njengesiguquli [catalyst] sokwe biology  ,ngokugijimisa unqwamano kuphendula lwama –chemical emzimbeni .Kahle hle   kwezinye izigaba lolunqwamano kuphendulana ngeke lwenzeke ngaphandle kwama – enzyme.

Cha ,ngenhlanhla ,mhlawumbe awukaze ungene eklasini le science e-high school .Ama –enzymes ayisimangaliso .Awabi yingxenye yonqwamano lwama chemical emzimbeni ,kodwa alwenza ukwenzeka kwalo kwenzeke  futhi kwenzeke ngokushesha .

Ngokufana ncimishi yilokho uMoya oNgcwele akwenzayo empilweni yethu ,wenza kwenzeke  futhi ngokukusheshisa ,izinto ezimelwe ukuqhubeka zenzeke ,kodwa ndlela thizeni ,ngokwethu ,asibukeki sikwenza kwenzeke.

2 KwabaseKhorinte  3:6 Oyena futhi osenzela amandla okuba yizikhonzi zesivumelwano esisha, singesiso esegama kodwa esikaMoya; ngokuba igama liyabulala, kodwa uMoya uyaphilisa.

Yonke into uNkulunkulu asitshela yona ukuyenza yinhle kithi .Futhi nezinto asitshela ukungazenzi  [futhi aziziningi   lezo] yebo,nalokho kuyawenza umqondo lokho .

Manje kungani ukuthi singakwazi ukwenza izinto  asitshela ukuzenza ? Ngena Moya Ongcwele .Ngena enzyme ,mguquli oguqulela  ebungcweleni ,osiholela ekulaleni –owenza  i-reaction  yenzeke qede isheshe  .

Oyena futhi osenzela amandla okuba yizikhonzi zesivumelwano esisha, singesiso esegama kodwa esikaMoya; ngokuba igama liyabulala, kodwa uMoya uyaphilisa!

Yilo kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje.