... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

UJesu Ungena Emsebenzini

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favourites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

NgokukaMarkhu 1:14,15 Emva kokuboshwa kukaJohane uJesu wafika eGalile eshumayela ivangeli likaNkulunkulu, wathi: “Isikhathi sigcwalisekile, umbuso kaNkulunkulu ususondele; phendukani, nikholwe yivangeli.”

Ukungena emsebenzini omusha kuhlale  kungelula .Uthatha lelogxathi  ngomfutho onamandla .Ufuna kube yisiqalo esihle .Awufuni ukuphoxa abantu  ngosuku lwakho lokuqala emsebenzini .

Uzakwethu uthi mumva le ezinsukwini esa-consultor emsebenzini wakhe we-  IT lakhona wayeqala iproject yosuku nge-client elisha ,Lezonsuku zazinzima kakhulu kuye .Ezibuza ekaze kumi kanjani kuzogcina kunjani?  Yibaphi abanye abakulendima  okungamele abanqamule oqukulu ?  

Ngakho ake sithi uyiNdodana kaNkulunkulu .Kuze kube yimanje bewuzihlalele unethezekile  esitolo sakini sokubaza saseNazaretha ,uzenzela angazi nomka ake sithi izihlalo ,izicabha ,amabhokisi omncgwabo  mhlawumbeni .

Kodwa ebese luyafika usuku la okumele uthathe  igxathi uyokwenza lokho ubaba akuhlelele ukukwenza akulethele khona emhlabeni .

Ngakho uJesu waluhamba kanjani loluhambo esuka kokudala ezongena kokusha ;kwakujwayele ,ezongena kulomsebenzi omusha  ozomholela esphambanweni ? 

NgokukaMarkhu  1:14,15 Emva kokuboshwa kukaJohane uJesu wafika

eGalile eshumayela ivangeli likaNkulunkulu, wathi: “Isikhathi sigcwalisekile, umbuso kaNkulunkulu ususondele; phendukani, nikholwe yivangeli.”

UJohane umbhabhadisi usegqonywe ejele  –maduze uzolengiswa .Ubungacabanga ukuthi uJesu uzogxoba abheke engasondeli kulomsebenzi ,lutho akubi njalo .Kunalokho umemeza abantu ukuba babhekane nezono zabo ngqo ,uphonsela inselelo izinjwayelo zabo ;ubabizela ukuphenduka ebubini qede babuyele  kuNkulunkulu .

Wazithatha ngoku serious izono zethu , ngangokuthi wayekulungele ukwendlala impilo yakhe ngathi ,ukuze siphume kuzo .

“Isikhathi sigcwalisekile, umbuso kaNkulunkulu ususondele; phendukani, nikholwe yivangeli.”

Yilo kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje.