... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Ububi Buyoma Nini ?

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favourites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

NgokukaMathewu 25:46 “Laba bayakumuka, baye ekujezisweni okuphakade, kodwa abalungileyo baye ekuphileni okuphakade.”

Listen to the radio broadcast of

Ububi Buyoma Nini ?


Download audio file

Kukho konke okuqhubeka emhlabeni ,kwenza iningi lethu lizibuze ukuthi  –kanti bonke lobububi  buyoma nini ?  Lokho akuwona umbuzo nje kodwa ngumbuzo ngempela ofanelwe ngukubuzwa ukuthi kanti kuyoma nini ingempela ?

Kungani uNkulunkulu wothando avume  kube nokulimala okungaka ezisulwini ezimsulwa ezingenacala ,iningi lazo zingane ,ziyabulawa ,zinqunywe  izitho  ezithile ,zihlukunyezwe ? Kungani abacebile beqhubeka beceba abampofu begqisheka ngokwedlulele baze babhashe ngubumpofu ?

 Kungani evumela  ukuba lomuntu thizeni empilweni yami ,amyekele nalokhukuziphatha okubi kimi ? Kungani angavese akunqume kuphele nya loNkunkulu wothando na?

Kodwa inkinga  iningi labantu  ababuza lombuzo abamvumeli uNkulunkulu asho noma yini le engaphambana nemizwa yabo  .

Yonke lenkulumo yamakholwa yezulu nesihogo ,isono nokulunga ,ukwahlulela kukaNkulunkulu .Nembala lokho  akukho right futhi !

Manje uma ungamfuni uNkulunkulu wokwahlulela usala nobubi .Uma ufuna ububi bume ngakho uzomdinga uNkulunkulu  ozokwahlulela ngobulungiswa  nokulunga .Futhi kungalesosizathu kanye uNkulunkulu washo lokhu :

NgokukaMathewu  25:46 “Laba bayakumuka, baye ekujezisweni okuphakade, kodwa abalungileyo baye ekuphileni okuphakade.”

Kahle hle ukulunga kukaNkulunkulu ,ukwahlulela kwakhe kunye nokujeziswa kwengunaphakade   okuzayo kuzela labo abamkhafula ezimpilweni zabo  ;yinto le uJesu akhuluma ngayo kaningi  .

Awukwazi ukuba nakho nhlazombili.Uma ufuna ukuba masisha ububi bume,uyamdinga uNkulunkulu ezokwahlulela ububi .Ebese labobantu ababi bayonyamalala baye ekwahlulelweni kwaphakade .Kuyofika ekugcineni .

Yilo kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje.