... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Mangase Kuthiwe Nje …

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favourites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

Isaya 48:17,18 Usho kanje uJehova uMhlengi wakho oNgcwele ka-Israel uthi : “NginguJehova uNkulunkulu wakho okufundisile okukusizayo .okuholile ngendlela omelwe ukuhamba ngayo.Sengathi ulalele imiyalo yami ! Khona ukuthula kwakho kwakuyakuba njengomfula ,nokulunga kwakho njengamaza olwandle .”

Sonke simelwe ngukunquma usuku nosuku ,ukuthi sikwenze okuhle  kumbe sibibiyele kwesikwaziyo kuliqiniso  ukuhlonipha uNkulunkulu ,kumbe simshiye .

Kuyajulukisana uma ukucabanga kanjalo ,ngoba imvamisa asicabangi ngezinto kangako .Sivamisa ukuphendula ndlelanye ebesilokhu senza ngayo .Umuntu akuchukuluze nawe uvese umlandele wenze khona lokho kanye akuphendula ngakho ,ngisho ukwenza buthule [noma hlobo luni lobuthi obenzayo enhliziyweni] . Kodwa noma sikhetha ukumhlonipha uNkulunkulu noma ukungamhloniphi kulesosigaba ,noma kuphi ,kunemiphumela .

Yonke ingxenye enkulu yolandiso oluseThestamenteni Elidala ingomzabalazo ka –Israel ukuhlonipha uNkulunkulu kanjalo nokuhluleka qobo .Emva kwesikhathi eside bemlahlile baphendukela ezithixweni  futhi balahla umusa nobulungiswa ,uNkulunkulu wabavumela ukuba basephulwe ngamaBhabhiloni  qede abathumbele ebugqilini iminyaka engu 70 .Kodwa kwakungekhona lokho ayebahlosele khona .

Isaya  48:17,18 Usho kanje uJehova uMhlengi wakho oNgcwele ka-Israel uthi : “NginguJehova uNkulunkulu wakho okufundisile okukusizayo .okuholile ngendlela omelwe ukuhamba ngayo.Sengathi ulalele imiyalo yami ! Khona ukuthula kwakho kwakuyakuba njengomfula ,nokulunga kwakho njengamaza olwandle .”

Mangase kuthiwe nje bamhlonipha bamlalela ,izibusiso zikaNkulunkulu zazizohlala  zikhona kubo  ziza kubo ngokunganqamukiyo njengamagagasi olwandle eshaya  ogwini .Kodwa abakwenzaka lokho ,ngakho kwababiza ukuba baphile imiphumela yesono sabo .

Ukukhetha kwethu kunemiphumela yakho .

Yilo kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje.