... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Lakhona Uqhaqhazela

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favourites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

Ihubo 18:2 Jehova uyidwala lami nenqaba yami ,nomkhululi wami ;uNkulunkulu wami uyidwala lami engiphephela kulo ,nesihlangu sami ,nophondo lokusindiswa kwami ,inqaba yami ephakemeyo .

Listen to the radio broadcast of

Lakhona Uqhaqhazela


Download audio file

Ukwesaba akuyona into ekude le ,kuseduze kakhulu ,kuthuka kuthuke kusihlasele esikhaleni .Ngakho akuyona into ekuwe kuphela .Ukwesaba kugasela esikhathini lakhona ungazelele sanhlobo.

Kwezombutho kunesifundiso esithi umuzwa wokumangazwa esikhaleni ungalindele yiwo okuninga igalelo lokugasela uyohlosalela isitha ngokunamandla .

Yingakho kumele uhlasele busululu nobuhloli obukhaliphile obubukhali kuthi  noma uhlasela isitha singazi iqhamuke ndlelani impi .

Nembala yiwona maqhinga lawo isitha  uSathane esiwasebenzisile selokhu kwathi nhlo ukuhlasela abakaNkulunkulu bengazelele .Kodwa akuhlali kunguSathane zikhathi zonke .

Kwesinye isikhathi yizimo ezahlukene-ukwesaba kwezempilo obhekana nakho esikhaleni ,ukukhathazeka ngokwezimali .

Kuphendula kuni oba nakho nxa uqhaqhazela amadolo egcwele amanzi ,lakhona uzwa kuthi heqe uvalo kubanda amathumbu wenze njani  ?

Ngokuthi lungu sisizakale ,nakhu ukuphendula  kukaDavide ngamhla kade ehlaselwa yinkosi uSawuli nabo bonke abanye ababefuna ukumbulala  :

Ihubo  18:2 Jehova uyidwala lami nenqaba yami ,nomkhululi wami ;uNkulunkulu wami uyidwala lami engiphephela kulo ,nesihlangu sami ,nophondo lokusindiswa kwami ,inqaba yami ephakemeyo .

Kwabaningi kithi okuthi uma inhlamvu iqhuma kubunguqhuqhu  amehlo esemnyama  ,iqhuma iza kithi siya la  eya ngakhona .Ngamanye amazwi ,amehlo ethu siwabeka enkingeni yethu esikhundleni sokujikela kuNkulunkulu .

Kuwukuphunduleka  lokho ngoba uyiDwala lakho neNqaba yakho ,indawo yakho yokuphepha .Futhi njengokuba u- Charles Spurgeon  ekubeka kahle ethi ngesikhathi usaqhaqhazela  iDwala lakho alinyakazi ! Balekela kuye ze uvikeleke .

Yilo kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje.