... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Izindaba Ezinhle Ezithokozisayo

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favourites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

KwabaseRoma 8:3,4 Ngokuba lokho okwehlula umthetho, ngokuba ungenamandla ngenxa yenyama, wakwenza uNkulunkulu ngokuthuma iNdodana yakhe ifana nenyama yesono, nangenxa yesono walahla isono enyameni, ukuze umyalo womthetho ugcwaliseke kithina esingahambi ngokwenyama kepha ngokukaMoya.

Umuhle kanjani ekulaleni imithetho ? Uma ungumshayeli osemthethweni  kunini lakhona othi mawukhumbula ubone weqisa isivinini esisemthethweni noma nge kilomitre elilodwa ngehora? Ungasho ?  

Indlela yami yokuthobela imithetho iye ingimangaze ,ngoba ngakhulela ekhaya elinomthetho nasesigodini okwakunomthetho oqinile khona ?

Kodwa inking  khona kunjalo nami njengawe sekube kaningi ngidlebelenda . Sonke sonile sisilalelwe yinkazimulo kaNkulunkulu  (KwabaseRoma  3:23) Ekaze yini le eyenza singayilandeli imithetho . Singathanda ukuyilandela impela ,kodwa inkinga kuvese kungenzeki .Nasi isizathu la sikhona :

KwabaseRoma  8:3,4 Ngokuba lokho okwehlula umthetho, ngokuba

ungenamandla ngenxa yenyama, wakwenza uNkulunkulu ngokuthuma iNdodana yakhe ifana nenyama yesono, nangenxa yesono walahla isono enyameni, ukuze umyalo womthetho ugcwaliseke kithina esingahambi ngokwenyama kepha ngokukaMoya.

Bengihlale ngikuthola lokhu kudidana impela kwaze kwaba ngithola lencazo yombhalo ka Martin Luther owaletha imvuselelo eminyakeni yama 1600 : “Umthetho uthola igciwane .IVangeli liletha iselapho  .”

UNkulunkulu wenza lokho imithetho ibingenakukwenza .Wanikela ngempilo kaJesu ukuchitha isono sethu .Zindaba ezinhle lezo ezinhle kakhulu .

Yilo kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje.