... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Lapho Imvula Yehla

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favorites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

NgokukaMathewu 1:18-21 Ukuzalwa kukaJesu Kristu kwaba nje: unina uMariya esemiselwe uJosefa, bengakahlangani wafunyanwa ekhulelwe ngoMoya oNgcwele. Kepha uJosefa indoda yakhe engumuntu olungileyo, engathandi ukumthela ihlazo, wayefuna ukumlahla ngasese. Esazindla ngalokho, bheka, ingelosi yeNkosi yabonakala kuye ngephupho, ithi: “Josefa, ndodana kaDavide, ungesabi ukumthatha uMariya umkakho, ngokuba lokho akukhulelweyo kungoMoya oNgcwele. Uzakuzala indodana, uyiqambe igama lokuthi uJesu, ngokubanguye oyakusindisa abantu bakhe ezonweni zabo.”

Ngovivi ekuseni ngamhla ngilungiselela lenkulumo ,kungubuxhafaxhafa kwi computer,lalishaya imvula emnyango.Lokho kwangenza ngacabanga  

Uma uphuma emnyango  ongaphambili ,kunomoya obandayo ilokhu ikhithika ….kuvese kungabi mnandi akunjalo? 

Manje ,siyazithanda izinsuku la kunelanga elibalele kamnandi .Sixolela impilo engcono .Sithanda yonke into ize ngepleti kithina ,asithembeke sikuvume lokho .Kodwa asikuvume lokho ,impilo phela ayinjalo la emhlabeni .Futhi kwakungenjalo nangoKhisimusi wokuqala ,,futhi wawungabizwa nangoKhisimusi . 

Matthew 1:18-21Ukuzalwa kukaJesu Kristu kwaba nje: unina uMariya esemiselwe uJosefa, bengakahlangani wafunyanwa ekhulelwe ngoMoya oNgcwele.  

Kepha uJosefa indoda yakhe engumuntu olungileyo, engathandi ukumthela ihlazo, wayefuna ukumlahla ngasese. 

Esazindla ngalokho, bheka, ingelosi yeNkosi yabonakala kuye ngephupho, ithi: “Josefa, ndodana kaDavide, ungesabi ukumthatha uMariya umkakho, ngokuba lokho akukhulelweyo kungoMoya oNgcwele. 

Uzakuzala indodana, uyiqambe igama lokuthi uJesu, ngokubanguye oyakusindisa abantu bakhe ezonweni zabo.”

Mhlawumbe izinto ezikuhaqile kuloKhisimusi  ziqhele ngamalengiso kwezingakujabulisa .Kubukeka sengathi wonke umuntu ubhekene nempilo elula ,okuze kugcine wena uzibuza ukuthi ekaze ,kanti loKhisimusi wakulonyaka  ungani ingempela  kimi  makunje ? 

Yebo nebala ,ungothando olukhulu ,uNkulunkulu  ngalo owathumela iNdodana yaKhe  ezimweni kanye ezabe zididana ukuthi kanti kukhale nyonini ,khona kunjalo Yena wehla ukuzokusindisa  ezonweni zakho . 

Linamandla amakhulu izwi leNkosi .Amen! 

Yilona kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje..