... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Ukwenziwa Busha Othandweni LwaKhe

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favorites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

Zefaniya 3:17 UJehova uNkulunkulu wakho uphakathi kwakho,uxoshile izitha zakho.iNkosi yakwa Israel uJehova,iphakathi kwakho;awusayikwesaba okubi.

Listen to the radio broadcast of

Ukwenziwa Busha Othandweni LwaKhe


Download audio file

Kwabanye abantu uNkulunkulu ungumqondo thizeni nje ….futhi oziqhelele ,ongangeni ndawo .Okuthi kodwa khona kunjalo  bakhona  asebeke bezwa uthando lwakhe lwakuqala  futhi okuthi lokho makwenzeka ,impilo ayilokothi iphinde ifane nakuqala.

Eminyakeni embalwa ngake ngakhuluma nendoda eyayiphezulu embuthweni wase Ruanda eminyakeni yo 1994 ngesikhathi kucekelwa phansi ngokubulawa abantu  abangu 1 million ngezinsuku ezingu 100 kuphela .Lendoda yayibone izinto ezimbi ezihlasimulisa igazi ,okungakho kwakungangimangazi ukuthi wayephikisana nobukhona bukaNkulunkulu.Wake wathi kimi : “Uma uNkulunkulu ubekhona,ngabe wayezovumela kanjani  sonke  lesihluku esenzeka esizweni sakithi?”

Ngiyacabanga ngokwakho sewuvele wambeka kulabo abanamakhanda aqinile ekutheni akekho sanhlobo uNkulunkulu.Okwathi esikhathini esingangonyaka wangithumela incwadi nge-email eyayifundeka kanjena: Yezu Akuzwe [ngolimi lwakubo isi Kinyarwandan okuchaza ukuthi  “Akadunyiswe uJesu”]

Lawomagama aba ngathinta inhliziyo kunawo wonke ama-email esengike ngawafunda ,ukubona lesosiqalo sencwadi.Kwaya ngokuya kukhombisa ukuthi ngesikhathi elalele indaba kaJesu ,qede yaba namandla okuguqula inhliziyo yakhe .Yakwazi ukudubula  ingene idlule kuzo zonke lezonhlungu namanxeba angemumva lakhe , elalibhibha igazi ,kwathi iqiniso lothando lukaNkulunkulu  lwamshukumbisa ekujuleni kwengaphakathi lakhe.

Yiwona kanye amandla othando lukaNkulunkulu lawo .Yiwona amandla alokhu uJesu angenzela nakwenzela khona esiphambanweni .Kungumyalezo obuhlungu ogcwele igazi nonamanxeba lakhona uNkulunkulu engihluphekela ,ekuhluphekela.Kungumyalezo wothando nokuzinikela okungakholakaliyo.

Akukhathalekile ubhekane nani empilweni,noma kungathiwa kunkenketha kubuhlungu kanjani enhliziyweni-lowoNkulunkulu kanye ufuna ukushukumbisa ukujula kwengaphakathi lakho ngothando lwaKhe ,khona namhlanje ,manje.

Zefaniya 3:17 UJehova uNkulunkulu wakho uphakathi kwakho,uxoshile izitha zakho.iNkosi yakwa Israel uJehova,iphakathi kwakho;awusayikwesaba okubi.


UNkulunkulu ukuthanda lokhu okwehlula amagama abengashiwo !

Yilona kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje.


We use cookies to improve your browsing experience, analyse site traffic & personalise content, but we do not track you when you leave this site. To find out how we utilise & protect your data, check out our "Privacy Policy".

Privacy Policy

Sorry, no video available

Due to the 2020 COVID-19 situation there’s no video for this program. Enjoy the audio & text and remember, there’s lots more in the Media Lounge. Thank you for your understanding.

Visit the Media Lounge