... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Ukupenda Udonga

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favorites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

KumaHebheru 4:12 Ngokuba izwi likaNkulunkulu liphilile, linamandla, libukhali kunezinkemba zonke ezisika nhlangothi zombili, lihlaba kuze kwahlukaniswe umphefumulo nomoya, amalungu nomnkantsha, lahlulela imicabango nezizindlo zenhliziyo.

Listen to the radio broadcast of

Ukupenda Udonga


Download audio file

Baye bathi impumelelo evese iqhumbuke  ngosuku olulodwa nje ,ithatha iminyaka ela ko 20 isekhona.Yiqiniso lelo.Ayikho lento yokuthi ceba ngokushesha .Futhi okuthi uma sekuziwa kwinkambo yethu ,kuthatha iminyaka eminingi yobuciko bokusetshenzwa yilowo oWasenzayo ekuqaleni ,ukuze agcine eqede ngobuyonico ngathi,qede sibe wumkhiqhizo weqophelo eliphezulu.

Eminyakeni embalwa eyedlule ,uthi uzakwethu bathenga umuzi omuhle ,owabe wakhiwe eminyakeni ela ko  1890. Kodwa yayikade iyikhaya elabe liqashisa izivakashi  eminyakeni eminingi.Ngokweminyaka yawo wawuvese uzibonele ngokwesimo sodonga oseluthanda ukuba maholoholo kanjalo namaplangwe asegqwalile.

Ngakho ,uzakwethu nomkakhe bavese baqasha abaPendi ukuba bayilungise ipendwe kabusha.Okwakumangaza kakhulu kwabe kungukuthi kwathatha isikhathi eside ukuphala be -sand paper udonga kuyila bezopenda .Wonke lomsebenzi wokuphala lowopende omdala ,wathatha amasonto amaninganyana ,kanti aba mancane okupenda qobo .Nakuba upende kuyiwo owawukuphelela kwalendlu ngobuhle ,kodwa ukulungiswa ngaphansi kuka pende kwathatha eside isikhathi lesi ukuze ibe yilobubuhle eyibo namhlanje

Futhi kuyafana ezimpilweni zethu .Siphila emhlabeni obuka ingaphandle elicwebezelayo ,impumlelo ekwazi ukubonwa ngabantu .

Kodwa uNkulunkulu uyedlula kwingaphezulu qede abone izinhliziyo zethu .Futhi ncimishi njengalaba-Bapendi,uyazi ukuthi ukuze akhiphe ubungcweti bomsebenzi ekugcineni ,kubiza asebenze lezizinto ezingaphansi kwalokhu okungaphezulu okuveza ubuhle.

KumaHebheru  4:12 Ngokuba izwi likaNkulunkulu liphilile, linamandla, libukhali kunezinkemba zonke ezisika nhlangothi zombili, lihlaba kuze kwahlukaniswe umphefumulo nomoya, amalungu nomnkantsha, lahlulela imicabango nezizindlo zenhliziyo.

Asethembeke Mlaleli ,phela thina siyakuthanda ukuphumelela okusheshayo.Kodwa uNkulunkulu usebenza lezozinto ezijulile ezingaphakathi ngokuthi akhulume iZwi laKhe – eliphilayo nelinamandla –ezimpilweni zethu.Yingakho nebala linamandla amangalisayo ukusebenza  imicabango nezizindlo zenhliziyo yethu .

Umbuzo uthi ngakube silalele?

Asimvumele sihlobo sami asebenze ingaphakathi lethu. Yilona kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje..


We use cookies to improve your browsing experience, analyse site traffic & personalise content, but we do not track you when you leave this site. To find out how we utilise & protect your data, check out our "Privacy Policy".

Privacy Policy

Sorry, no video available

Due to the 2020 COVID-19 situation there’s no video for this program. Enjoy the audio & text and remember, there’s lots more in the Media Lounge. Thank you for your understanding.

Visit the Media Lounge