... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Ukungcola Okuxakile

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favorites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

Jeremiya 17:9 Inhliziyo iyakhohlisa phezu kwakho konke okuhle,futhi imbi,ngubani ongayazi na?

Listen to the radio broadcast of

Ukungcola Okuxakile


Download audio file

Into ekhona ngokugula ,ngukuthi kwesinye isikhathi singazizwa singaphilile kahle.Kusuke sekunompela kithi ,kancane ,kuze kube yila sesibona khona kukhona okungalungile ,kodwa singakwazi ukuyikhomba ngqo ngomunwe wethu ukuthi ila.

Ngake ngabuka omakhi phambilini bemba imisele /amatrench .Ayengemade kakhulu ..engavulekile kakhulu futhi.Kodwa umuntu osewake wawumba umgodi ,uzokwazi ukuthi lokho kubukeka kwawo  kusengakhohlisana .

Futhi kwakuphuma imfithimfithi yokungcola kulamatrench amancane ababewamba labomakhi.Udaka olwaluphuma kuwo lwalubukeka ungaluphinda kathathu ngokweskali sokubuka umgodi oluphuma kuwo.

Kodwa kuba kanjalo uma kugqisheke ndawonye kwambambatheka kwathula tu.Soze wabona ukuthi kungakanani kuze kube ngukuthi sewumbile khona.

Ngicabanga kuba kanjalo nangezindlela zokuziphatha esizifihla ezinhlizyweni zethu ;ukuba nomoya ongemuhle,ukuzazi wena,impakamo .Sizikhohlise sithi : “ayisuka akuyona ,into enkulu le,ngempela” 

Iba ncane kuze kube ngukuthi sivumela uJesu azomba  kithi ngaphakathi bese kuyabonakala ukuthi kanti ibisisincishe impilo kangakanani.

Jeremiya  17:9 Inhliziyo iyakhohlisa phezu kwakho konke okuhle,futhi imbi,ngubani ongayazi na?

Kuyamangaza ukuthi bungakanani ububi obungalondolozeka kwingaphakathi lethu,uthole ukuthi nathi futhi asiboni sebunqwabelene.Kodwa nansi into eyisimanga.Ngesikhathi mina nawe sisavaleke amehlo ngezono zethu ,ngesikhathi mina nawe sivamisa ukuthwala  kanzima ngokugula kwenhliziyo nengqondo le kanye uNkulunkuluI akhuluma ngayo la  ngomphrofethi uJeremiya ,ungalenzi iphutha .

UNkulunkulu usemsebenzini wokumba akhuculule .Futhi uma simkhulula azenzele lomsebenzi wakhe ,buka okuzokwenzeka! Uzoletha ukuphuluka  emphefumulweni wethu. Yilona kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje..


We use cookies to improve your browsing experience, analyse site traffic & personalise content, but we do not track you when you leave this site. To find out how we utilise & protect your data, check out our "Privacy Policy".

Privacy Policy

Sorry, no video available

Due to the 2020 COVID-19 situation there’s no video for this program. Enjoy the audio & text and remember, there’s lots more in the Media Lounge. Thank you for your understanding.

Visit the Media Lounge