... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

UJesu EyiNkosi

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favorites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

NgokukaMathewu 16:24 Khona uJesu wathi kubafundi bakhe: “Uma umuntu ethanda ukuza emva kwami, makazidele, athabathe isiphambano sakhe, angilandele.

Listen to the radio broadcast of

UJesu EyiNkosi


Download audio file

Kunezindlela ezimbili zokukholwa kuJesu.Evamile yile yokukholwa nguYe ngaphakathi engqondweni yakho.Indlela yona evamisa ukungahanjwa kakhulu yile yokukholwa nguYe ngempilo yakho uqobo.Ngakho ,ngakube yiyiphi okuyona wena?

Ngangivamise ukuba ngumuntu othi : “indlela yami kumbe indlela evulekile”.

Ngakho kwaba yinto enkulu kimi ukunikela impilo yami kuNkulunkulu .Hhayi nje ukukholwa nguJesu ,ngokokuma ebangeni elithe ukuqhela,kodwa ukumenza abe yiNkosi yempilo yami.Kunomehluko .Nansi la indlela uJesu abeka ngayo:

NgokukaMathewu 16:24 Khona uJesu wathi kubafundi bakhe: “Uma umuntu ethanda ukuza emva kwami, makazidele, athabathe isiphambano sakhe, angilandele.

Ukuzidela  ,njengokuba ebeka lapha ,kuchaza ukuthi udele izinto ongafuni ukuhlukana nazo.Akumele siwadide lamagama.Ukulandela uJesu kubandakanya ukuzinikela .

Ngangivamise ukuba ngumuntu onesandla sensimbi kubantu.Ngangiye ngigibele emakhanda abo,ngoba ngangikwazi ukukwenza lokho.Kodwa awukwazi ukuqhubeka wenza lokho futhi ube usaqhubeka nokulandela uJesu.Kusekutheni wenza okukodwa noma kokunye kwakho.Imveloluntu yethu ifuna sibe ngabaqhoqhobele sisemandleni ,senze ngendlela yethu .Inkinga ngalokho wukuthi lowomsebenzi sewathathwa .Ungumsebenzi kaNkulunkulu lowo.

Ukukholwa kuJesu …ngokunye lokho .Ukumenza abe yiNkosi yempilo yakho ,ngokunye futhi lokho ngokuphelele.Ngakho ,ngicela ukukubuza ngakube uyikholwa noma umfundi kaJesu? Ngakube ungulomuntu othi : “nebala ngiyakholwa ngokungananazi ukuthi uJesu wangifela ,”…ebese futhi uyaqhubeka uphile impilo ngokujwayelekile ?

Kumbe ngakube ungumfundi ,umlandeli  okulungele ukudela zonke izinto eziyintando yakhe nazikhonzile ,uthathe isiphambano sakho umlandele uJesu .

Ngamafuphi,ngakube uJesu uyiNkosi yempilo yakho …noma cha?

Yilona kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje..


We use cookies to improve your browsing experience, analyse site traffic & personalise content, but we do not track you when you leave this site. To find out how we utilise & protect your data, check out our "Privacy Policy".

Privacy Policy

Sorry, no video available

Due to the 2020 COVID-19 situation there’s no video for this program. Enjoy the audio & text and remember, there’s lots more in the Media Lounge. Thank you for your understanding.

Visit the Media Lounge