... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Isipho Sempilo

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favourites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

KwabaseRoma 6:23 Ngokuba inkokhelo yesono ingukufa, kepha isipho somusa sikaNkulunkulu singukuphila okuphakade kuKristu Jesu iNkosi yethu.

Listen to the radio broadcast of

Isipho Sempilo


Download audio file

Kuyamangaza ukuthi igama elithi: “umusa kaNkulunkulu” liyazigingqikela olimini.Uzwa AmaKhrestu zikhathi zonke elisho .Kodwa kukangaki ngiye ngimangale ,sike sime kesicabange ukuthi ingempela lokho kuchaza ukuthini .Umusa kaNkulunkulu.

Ngake ngazitshela ukuthi ukunikela ngezitho zomzimba kwabagula kakhulu abazidingayo ,njengezinso,ukuthi kuyinto okulula sonke esingayenza.

Cabanga uma kuthiwa kusasa,ngiyafa ngengozi yemoto,kungani omunye engeke abe nesipho sempilo ngezinso zami kumbe inhliziyo.Ngoba vele ngizobe ngingasakudingi.Kimi ukunikela ngezitho zomzimba kuyinto esobala enganacala ukuyenza. Kodwa abantu mina  engibahlonipha kakhulu ,yilabo abanikela besaphila  ngezinso zabo kubahlobo kumbe abangani babo.Phela angithi kulula ukunikela ngezinso zakho uma ungasazidingi usuzishonele,kodwa uma nawe usaphila ,kungumnikelo omkhulu kabi ukukwenza lokho.

Ake sigxile ngalendaba manje,ngokudephile impela.Ake ucabange ukuthi akumele unikele ngenso yakho kuphela kulowomuntu kodwa kumele unikele ngempilo yakho yonke.Lokho ke sekungolunye udaba olujulile ,yingakho sihlobo sami uma ngibuka lokho uJesu angenzela khona esiphambanweni ,ngiyehluleka ukukumumatha ngengqondo yami, “ngiyathandwa ngingubani ,O Bayede Nkosi yami!” INdodana kaNkulunkulu ibethelwa esiphambanweni,ilenga ngosizi olubuhlungu kuso,ifa ukufa kosizi ukuze nje ikhokhele wonke amaphutha obuwula bami…nebala awekho amagama abengachaza ngokwanele ngokomuzwa engiwuzwayo. Isipho sokuphila? Ukuphila okuNgunaphakade.

KwabaseRoma 6:23  Ngokuba inkokhelo yesono ingukufa, kepha isipho somusa sikaNkulunkulu singukuphila okuphakade kuKristu Jesu iNkosi yethu. Yiwona musa kaNkulunkulu kuJesu Khrestu lowo.Ungalokothi wenze iphutha ulibale ,kwambiza konke ayikho.Konke ukuze athengele -mina nawe -ukuphila okungunaphakade. Y

ilona kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje..


We use cookies to improve your browsing experience, analyse site traffic & personalise content, but we do not track you when you leave this site. To find out how we utilise & protect your data, check out our "Privacy Policy".

Privacy Policy

Sorry, no video available

Due to the 2020 COVID-19 situation there’s no video for this program. Enjoy the audio & text and remember, there’s lots more in the Media Lounge. Thank you for your understanding.

Visit the Media Lounge