... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Abaphrofethi Bamanga ,Onkulunkulu Bamanga

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favorites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

Dutheronomi 13:1-4 Uma kuvuka phakathi kwakho umphrofethi noma umphuphi wamaphupho,akunike isibonakaliso nesimangaliso,isibonakaliso noma isimangaliso akhulume ngaso kuwe bese senzeka,athi : “Masilandele abanye onkulunkulu kongabaziyo,sibakhonze”.Awuyikulalela amazwi alowomphrofethi noma umphuphi wamaphupho ,ngokuba uJehova uNkulunkulu wakho uyakulinga ukuba azi uyathanda yini uJehova uNkulunkulu wakho ngayo yonke inhliziyo yakho nangawo wonke umphefumulo wakho na? Niyakuhamba emva kukaJehova uNkulunkulu wenu nimesabe ,niyigcine imiyalo yakhe,nilalele izwi lakhe,nimkhonze ninamathele kuYe.

Listen to the radio broadcast of

Abaphrofethi Bamanga ,Onkulunkulu Bamanga


Download audio file

Entshisekelweni yethu ukuphumelela ,okuyinto efakeka kithi sisebancane , Kulula kithina ukuzinikela kwimithelela engamanga qede sihambe nonkulunkulu bamanga . Kulula …kakhulu! 

Amanye amabandla okuthiwa ngamakhulu  emhlabeni namhlanje  asebambeke kulologibe , asebe yilokho ngenxa yemithelela emibi eholela konkulunkulu bamanga. Konke ngenxa yokufuna ukuvelela ,okugcina kufaka umoya wokuphinga  kunye nanoma yiyiphi indlela yokuphila ,nempilo nenhlakanipho  nomoya wokuceba walesikhathi .Uhla lude kakhulu ,nebala kunabaholi abakhona la ngaphandle aboholela abantu konkulunkulu bamanga  – phakathi nangaphandle ebandleni.

Kodwa ake ume kancane ,kungani uNkulunkulu ekuvumela lokho? Kungani engabamisi? Yebo nebala unesizathu ,isizathu esihle .Nasi :

Dutheronomi  13:1-4Uma kuvuka phakathi kwakho umphrofethi noma umphuphi wamaphupho,akunike isibonakaliso nesimangaliso,isibonakaliso noma isimangaliso akhulume ngaso kuwe bese senzeka,athi : “Masilandele abanye onkulunkulu  kongabaziyo,sibakhonze”.Awuyikulalela amazwi alowomphrofethi noma umphuphi wamaphupho ,ngokuba uJehova uNkulunkulu wakho uyakulinga ukuba azi uyathanda yini uJehova uNkulunkulu wakho ngayo yonke inhliziyo yakho nangawo wonke umphefumulo wakho na? Niyakuhamba emva kukaJehova uNkulunkulu wenu nimesabe ,niyigcine imiyalo yakhe,nilalele izwi lakhe,nimkhonze ninamathele kuYe.

Kungani akuvumele kwenzeke ? Ukusivivinya. Ukuhlola mina nawe.Ngakube  sikulungele yini ukumthanda ngomphefumulo wethu wonke , ukumlandela ,ukumhlonipha ,simthobele, noma ngabe kungasibiza nani lini …sikulungele lokho noma qha?

Ungabalaleli abanemithelela emibi .Ungabakhonzi onkulunkulu bamanga . Khonza uJehova uNkulunkulu wakho ,ungalokothi umshiye .

Yilona kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje.


We use cookies to improve your browsing experience, analyse site traffic & personalise content, but we do not track you when you leave this site. To find out how we utilise & protect your data, check out our "Privacy Policy".

Privacy Policy

Sorry, no video available

Due to heavy rains that flooded our TV studio, there’s no video for today’s Fresh. Enjoy the audio & text and remember, there’s lots more in the Media Lounge. Thank you for your understanding.